Sondela sithandane Ngaliwe yintombi yami Sondela sithandane Ngaliwe nguBongiwe Awungiqome ngimhlabekise ngawe Uyohlabeka ngoba wen'uyisidudla Sondela sithandane Ngaliwe yintombi yami Sondela sithandane Sondela Thandekile Uyojabul'umam'uma ngifika nawe Uyojabula ngoba wen'uyisidudla Sondela ngikuphathaphathe Sondela ngikuphathaphathe Sondela ngikuphathaphathe Sondela ngikuphathaphathe Ngiyajabula ngoba wen'uyisidudla Ngiyajabula ngoba wen'uyisidudla Sondela ngikuphathaphathe Sondela ngikuphathaphathe Sondela ngikuphathaphathe Sondela ngikuphathaphathe Ngiyajabula ngoba wen'uyisidudla Ngiyajabula ngoba wen'uyisidudla Sondela sithandane Ngaliwe yintombi yami Sondela sithandane Ngaliwe nguBongiwe Khawungiqome ngimhlabekise ngawe Uyohlabeka ngoba wen'uyisidudla